Konke mayelana

Ukukhandleka kwengqondo

Izimfuno zempilo zingezwakala zingenamkhawulo – noma ngabe ukubamba isikhathi sokuphothula umsebenzi, ukukhathazeka ngezimali noma ukulala ungalele. Lokhu kuvithika kwesimo sakho somqondo yikho esikubiza ngoku‘khandleka kwengqondo’.

Ngokuhamba kwesikhathi, lezi zingcindezi zingaguqula indlela ingqondo yakho esebenza ngayo, zithinte indlela ocabanga ngayo, ozizwa ngayo nobhekana ngayo nomhlaba. Uma umthwalo ususinda kakhulu, umzimba wakho uyangenelela. Amahomoni engcindezi ayadedeleka, aguqule indlela amangqamuzana obuchopho axhumana ngayo futhi aphazamise isilinganiselo samakhemikhali alawula indlela ozizwa nophatheke ngayo. Izimo zomzimba ezifana nokuvuvukala noma ukwenyuka komfutho wegazi nazo zingaphazamisa ukusebenza kwengqondo.

QAPHELA LOKHU

Okwenza ukukhandleka kwengqondo kuzwele kakhulu emiphakathini ethile

Ukuhlukumezeka, ingcindezi, Ixhala nokudangala kubunjwa ngokwenzeka emhlabeni ophila kuwo.

E-Afrika eseNingizimu, inhlanganisela yengcindezi ngenhlalo yomphakathi, umlando nengcindezi emnothweni ingenza lezi zinselele zizwakale zesinda nakakhulu.

Compound trauma
Brain strain is real, and it's deeply connected to both your brain and body.

Ukukhandleka kwezomnotho

Ukuntuleka kwemisebenzi okuphezulu nokungazinzi kwezezimali kuhlale kudala ingcindezi.

Brain strain is real, and it's deeply connected to both your brain and body.

Ukuhlukumezeka okunomlando

Izizukulwane zobunzima nokungalingani enhlalweni yomphakathi kushiya izibazi zaphakade.

Brain strain is real, and it's deeply connected to both your brain and body.

Ukusabela ukuphepha

Ukukhathazeka ngobugebengu nangokuphepha komuntu kungenyusa izinga lexhala nelengcindezi.

Brain strain is real, and it's deeply connected to both your brain and body.

Ukungatholi ukwesekwa okupheleleyo ngezempilo yengqondo.

Ukwelashwa nemithi kuvame ukungafinyeleleki kukho, ikakhulu emiphakathini yasemaphandleni.

Brain strain is real, and it's deeply connected to both your brain and body.

Ukucwaswa ngokwenhlalo yomphakathi

Izinkolelo ngokwamasiko zingawathena amandla okufuna usizo, abaningi bafele ngaphakathi.

Hlolisisa izinselele ezivamile ngezempilo yengqondo ufunde ukuthi ungabhekana kanjani nazo