Archives: Tooltips
Igazi ngokozalo
Izingxenye zeDNA eziqukethe ulwazi ngokuzalana. Elinye Igazi ngokozalo lingenza abanye abantu babe sengozini enkulu kunabanye yokuba nexhala nokuhlatshwa yizimo ezihambisana nokukhathazeka….
Impendulo Yokulwa Noma Ukubaleka
Ukuphendula okuzenzakalelayo komzimba uma ubhekene nengozi, okwenza inhliziyo ishaye mawala, ukuphefumulela phezulu nokuqapha kakhulu. Uma ingcindezi ingelapheki, lesi simo sihlale sikhona njalo….
Ukukhathala Ukwenza Izinqumo
Ukukhathala Kwengqondo okudalwa ngukwenza izinqumo eziningi, okwenza kube nzima ukucabanga kahle nokwenza izinqumo….
I-Cortisol
Ihomoni ephuma uma umuntu enengcindezi. Kuthi kanti ibalulekile uma ide iputshuka, uma isigeleza ngokuhamba kwesikhathi ingalimaza ukusebenza kwengqondo, ukukwazi ukukhumbula nendlela ozizwa…
Ingcindezi engelapheki
Ingcindezi ehlala isikhathi eside eyenza umzimba uhlale uqaphile, okudala ukukhathala, Ixhala nezinkinga zempilo….
Ama-Neurotransmitters
Izithunywa ezingamakhemikhali ebuchosheni, njenge-serotonin ne- dopamine, zilawula indlela ozizwa ngayo emoyeni, umdlandla, nokulwa nengcindezi. Izilinganiselo ezingaqondile zingaholela ekubeni neconsi nokushuba kwesimo….
Ixhala
Isimo sokuhlale ukhathazekile, wesaba noma ungakhululekile singayiphazamisa impilo yansuku zonke. Ixhala elingelapheki lingaphazamisa ukusebenza kwengqondo nempilo yonke….
I-Amygdala
Ingxenye yobuchopho eyindlela yokuhlaba umkhosi okuyiyona esebenza ukuzizwa wesaba noma unexhala. Uma isebenza ngokweqile, ingenza izimo ezingatheni zizwakale njengengozi enkulu….
Uhlelo Lwe-Glymphatic
Uhlelo lwemigudu ngaphakathi kobuchopho olusiza ukususa imfucuza futhi lulawule ukugeleza koketshezi. Lufana nohlelo lwe-lymphatic kwezinye izingxenye zomzimba….